Sandton
Sandton | |
---|---|
Sandton skyline from Megawatt Park | |
Izixhumanisi: 26°6.42′S 28°3.1′E / 26.107°S 28.0517°E | |
Izwe | IRiphabliki waseNingizimu Afrika |
Isifunda | Gauteng |
Metropolitan Municipality | City of Johannesburg Metropolitan Municipality |
Ubukhulu | |
• Jikelele | 143.54 km2 (55.42 sq mi) |
Inani labantu (2011)[1] | |
• Jikelele | 222,415 |
• Iqulu | 1,500/km2 (4,000/sq mi) |
First languages (2011)[1] | |
• isiNgisi | 63.9% |
• isiBhunu | 7.4% |
• isiZulu | 6.3% |
• isiSuthu sasenyakatho | 3.2% |
• other | 19.2% |
Postal code | 2196 |
Isizindalwazi | http://www.sandtoncentral.co.za/ |
I-Sandton yisifunda sezentengiselwano esiyinxuluma esisenyakatho nesidlavela iGoli, eNingizimu Afrika.[2] Iyingxenye yomkhandlusidlidli omkhulu waseGoli. Igama elithi Sandton laqhamuka emva kokuhlanganiswa kwamabizo amabili wezindawo ezingamaphandle ezimbili i-Sandown kanye ne-Brynston. Ngonyaka we-1969, iSandton yamemezelwa njengomkhandlu ngokwayo, kodwa yalahlekelwa yilelo lungelo lokuba isidlidli esizimele emva kokuhlelwa kabusha kohulumeni bezindawo baseNingizimu Afrika ekupheleni kohulumeni wobandlululo.
UMlando
[hlela | Hlela umthombo]Abantu bokuqala
[hlela | Hlela umthombo]Imivubukulo etholakele isikisela ukuba indawo namuhla ebizwa Sandton, ngokwendabuko kwakuhlala amaqembu ahlukahlukene ngaphambi kokuba kufike abelumbi basentshona, futhi kwakuhlala abeTswana kakhulu, kanye nabeSuthu ngokwezinga elincane. Izinsalela zangenkathi yeNsimbi zalapho okwacandulwa khona insimbi zavubukulwa e-Lone Hilton, emaphandleni asenyakatho ne-Sandton. Elinye lamaqembu wabafuduki bama-Voortrekker okuthiwa lahlala kulendawo kwakungumndeni wakwa-Esterhuysen. Kunesikhumbuzo sokubabungaza esitholakala eduze nomgwaqo obizwa Adrienne ose-Sandown lapho kunamangcwaba walomndeni. Isiphandla somkhandlu wase-Sandton songama iziqinti ezintathu ngemithombo esamigqomo emithathu eyimbulunga emqambeni wawo.[3]
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]Ubheka futhi
[hlela | Hlela umthombo]Amakhasi amangaphandle
[hlela | Hlela umthombo]Wikimedia Commons has media related to: Sandton |
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ 1.0 1.1 Census 2011
- ↑ "Sandton (South Africa)". Flag's of the World. Kulandwe ngomhlaka 2009-02-25.
- ↑ "Sandton (South Africa)".